政治家和选举,投票自由和积极参与民主,为改变而投票全民投票在线
Zanele Magwaza-Msibi

Uhlabe abeNFP ethula isabelomali uVZ

Zanele Magwaza-Msibi 44%

button ElectionsMeter.com

 

UMENGAMELI weNational Freedom Party (NFP) uNkk Zanele Magwaza-Msibi ukhwele wadilika kumalungu aleli qembu “angamahlonga-ndlebe abeka indaba yobuqembu phambili ezinhlelweni zokuthuthukiswa komphakathi”.

 

Lokhu kwenzeke ngempelasonto esigodini saseTholakele, eDumbe lapho ebenza khona uhlahlomali loMkhandlu wesiFunda saseZululand obekelwe u-R834 140 949 esikhwameni semali sonyaka ka-2013 kuya ku-2014 ezoqala ukusebenza ngoJulayi.

 

Lokhu ubekwenza njengengxenye yokugubha uSuku lweNkululeko nokwenze wakhetha ukuhambela umphakathi wasemakhaya.

 

OkaMagwaza-Msibi uthe sekuyisikhathi sokuthi abantu bahlangane basebenzisane ngaphandle kokubheka ukuthi yiliphi iqembu eliphethe nokuyisihlava esihlasele ngisho amalungu eNFP.

...

 

nbsp;

April 29 2013

By BONGIWE ZUMA

Read more: www.iol.co.za

2013-05-03


amalia -
标示no spam

ElectionsMeter 不对评论的内容负责。请您参考发表该评论的用户和作者。任何在ElectionsMeter 发布的评论都有包含原始的作者名字。用户必须遵守关于著作权限的相关规定。请您参阅我们网站上公布的相关政策。

 
load menu